• А
  • Б
  • В
  • Г
  • Д
  • Е
  • Ж
  • З
  • И
  • К
  • Л
  • М
  • Н
  • О
  • П
  • Р
  • С
  • Т
  • У
  • Ф
  • Х
  • Ц
  • Ч
  • Ш
  • Э
  • Ю
  • Я
  • A
  • B
  • C
  • D
  • E
  • F
  • G
  • H
  • I
  • J
  • K
  • L
  • M
  • N
  • O
  • P
  • Q
  • R
  • S
  • T
  • U
  • V
  • W
  • X
  • Y
  • Z
  • #
  • Текст песни Sjava - Edokodweni

    Просмотров: 2
    0 чел. считают текст песни верным
    0 чел. считают текст песни неверным
    На этой странице находится текст песни Sjava - Edokodweni, а также перевод песни и видео или клип.
    Baba ngiyabonga uk'lalela imthandazo yomama
    Babekhala oma
    Bekhala emadokodweni
    Baba ngiyabonga ukulalela Imithandazo yobaba bethu
    Babekhala obaba
    Bekhala emadokodweni
    Ng'wazi amandla omthandazo ophuma edokokweni mina (Emadokedweni)
    Wangenza nami ngaba indoda emadodeni mina
    Ung'bona nginjena
    Ngiwazi amandla amthandazo ophuma edokodweni mina
    Wangenze nami ngaba indoda emadodeni mina
    Ung'bona nginjena
    Baba ngiyawubonga umusa wakho
    Nalothando ongipha lona njalo
    Baba ngingasuki emehlweni akho
    Ngcela ungeluse ung'vikele njalo
    Bantu bayabuza (Bayabuza, bayabuza)
    Waze way'thanda ingunguluza (Ngunguluza, ngunguluza)
    Ngiyababuka mabekhuluma
    Ngoba enhliz'yweni yami akekho oke walunguza
    Baba wangibusisa ngekhaya
    Into esele baba uk'ganwa
    Ung'yala еk'thuthukeni ngakuzwa
    Wathi ngikhethe inqondo hay umzimba
    Indlеla zobumnyama ngiyazi uzongyekisa
    Kudala ubayekisa mayekisa
    Maw'thi inkosi ik'busise
    Ngiyazi usathane usenqotshiwe
    Baba ngiyabonga uk'lalela imthandazo yomama
    Babekhala oma
    Bekhala emadokodweni
    Baba ngiyabonga ukulalela Imithandazo yobaba bethu
    Babekhala obaba
    Bekhala emadokodweni
    Ngiwazi amandla omthandazo ophuma edokokweni mina (Emadokodweni)
    Wangenza nami ngaba indoda emadodeni mina
    Ung'bona nginjena
    Ngiwazi amandla amthandazo ophuma edokodweni mina
    Wangenza nami ngaba indoda emadodeni mina
    Ung'bona nginjena
    Woh kunamakhosi kulamadokodo
    Kunabaholi bakusasa kulamadokoko
    Khona amakhosana kulamadokodoko
    Namakhosazane kulamadokodoko
    Kunama qhawe akhuthele kulamadokodo
    Awekho amavila kulamadokodoko
    Vikela intaba yepheza kulamadokodoko
    Ngeke ngihlale ngingafiki lapho ubaba afuna ngifike khona (Ai angeke ai angeke ai angeke)
    Ngoba ngigibele istimela (Sama Mpondo)
    (Gibele istimela samampondo)
    Uhambo lwami ngeke baluvimbe ngiyoze ngifike lapho ubaba afuna ngifike khona
    Gibele istimela (Samampondo)
    (Gibele istimela smampondo)
    Baba Ngiyabonga uk'lalela imthandazo yomama
    Babekhala oma
    Bekhala emadokodweni
    Baba Ngiyabonga ukulalela Imithandazo yobaba bethu
    Babekhala obaba
    Bekhala emadokodweni
    Ngiwazi amandla omthandazo ophuma edokokweni mina (Emadokodweni)
    Wangenza nami ngaba indoda emadodeni mina
    Ung'bona nginjena
    Ngiwazi amandla amthandazo ophuma edokodweni mina
    Wangenza nami ngaba indoda emadodeni mina
    Ung'bona nginjena

    Смотрите также:

    Все тексты Sjava >>>

    Опрос: Верный ли текст песни?
    Да Нет