Текст песни Big Zulu - Inkabi Awuna Nembheza
Просмотров: 1
0 чел. считают текст песни верным
0 чел. считают текст песни неверным
0 чел. считают текст песни верным
0 чел. считают текст песни неверным
На этой странице находится текст песни Big Zulu - Inkabi Awuna Nembheza, а также перевод песни и видео или клип.
Awunanembeza wenkabi (Shwele) Yelele Nkabi yami Bathi wemnganami wabulal'ubaba Wangena waphuma washiya kulel'uyaca Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka Wemnganami wabulal'ubaba Wangena waphuma washiya kulel'uyaca Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Nkabi awuna nembeza nkani awunaku yimela Idumbu zom' rapper zilele phansi yaz' uyadelela Inkabi seziyay'celela xola asinakuyimela Ngibagxoba nge flow ngisemfuleni igazi ligeleza Mina loshun wami i can't get eyy anike nidede Can't tholakala nje undendende eyy ngeke ngyeke Ukubulala abom-rapper nje ngeke ngiyeke aningiyeka K-47 hlehla m'rapper ayy ngizenzele Ngafika ngathwal' amazondo mangifika ngathwal' amajongo Babuz' abo skrr skrr iyiphi lenkabi ethwal' amajongo Ayy suka usukel' ingqongqo inkabi zidlala nge ngqongqo Yanxaph' isesandleni iyacasuka uphambana nom'bhobho Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Ohh mina ngyofel' empini ilanga liyoshon' emini Umgodi wethunzi lokufa sabhekana kuyokhal' umshini Isililo siyosala kini mawuphik' ithi skrr skrr Awukhohlwe ama gold digger asemayimi umfan' uyothol' ipiki Mina ngahlul' abaculi nesikhumb' esihlul' abashuki Nginkomo edla yodwa nophond' olodwa uhlobo lwenkunzi Inkani lenkabi ungayicuphi yalala inkabi ungayiphuphi Unogwaja odla nezinja uyabahlula uhlobo lwempunzi Um'rapper wafik' isigayigayi sa kill-a kwasal' intandane Sibulala kwasani ok'bamb' imic sipheth' umbaimbai Kwathi qham kwathi shazi kwathi bye bye Valelise bye bye sikhohlw' uJub jub iyabulal' inkabi nje 99 Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Ngangena ngashiya bezilile inkabi yafika seyidiniwe Bathi badlal' iphimbo babheda ichoir wafika seyibhimbile Umfana wafika seyibhemile ushun waphotha bebhekile Inkabi idlala yodwa irough siyayisaba isikhiphel' e game-ini Ngafika kwambulwa kwembeswa umfana waduba wadeda Iyamemeza insimbi entathakusa yaqhuma kwabheda Ayy suka na beefa kwajeza bathula khulum' unembeza Inkabi izinukel' ikhwapha abo skrr skrr sebeth' iya dap*a Eshu bavel' ukusihlanyela benzani bavel' ukusiphaphela Bazenz' okhandashisa buk' inkabi inhloko iyayihlahlela Iyew' ubheke ngizoyinyathela inkabi ushun iyawuphahlela Buk' abo skrr skrr ukushis' impepho sekwab' isitayela Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Nkabi awunanembeza (Wemnganami wabulal'ubaba) Nkabi awunanembeza (Wangena waphuma washiya kulel'uyaca) Nkabi awunanembeza (Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda) Nkabi awunanembeza (Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka) Wemnganami wabulal'ubaba Wangena waphuma washiya kulel'uyaca Bakubiza ngenkabi wabaphul'amakhanda Namhlanje usejele uzogwentsh'iminyaka Смотрите также:
Все тексты Big Zulu >>> |
|
Плохо, у тебя нет совести (Сегодня он в тюрьме, он будет сидеть годами)
Плохо, у тебя нет совести (Wemnganami wabulal'ubaba)
Плохо, что у тебя нет совести (Он вошел, вышел и оставил этот)
Нкба, у тебя нет совести (Тебя называют Нкба, они сломали себе головы)
Плохо, у тебя нет совести (Сегодня он в тюрьме, он будет сидеть годами)
Мой друг убил моего отца
Он вошел и вышел и покинул это место
Они назвали тебя быком и сломали тебе головы
В настоящее время он находится в тюрьме сроком до года.