• А
  • Б
  • В
  • Г
  • Д
  • Е
  • Ж
  • З
  • И
  • К
  • Л
  • М
  • Н
  • О
  • П
  • Р
  • С
  • Т
  • У
  • Ф
  • Х
  • Ц
  • Ч
  • Ш
  • Э
  • Ю
  • Я
  • A
  • B
  • C
  • D
  • E
  • F
  • G
  • H
  • I
  • J
  • K
  • L
  • M
  • N
  • O
  • P
  • Q
  • R
  • S
  • T
  • U
  • V
  • W
  • X
  • Y
  • Z
  • #
  • Текст песни Big Zulu - Ivikela Mbuso

    Просмотров: 1
    0 чел. считают текст песни верным
    0 чел. считают текст песни неверным
    На этой странице находится текст песни Big Zulu - Ivikela Mbuso, а также перевод песни и видео или клип.
    Ma ngingalala amaqhawe ayoshabalala, yeyi (Shabalala)
    Mina ngilivikela mbuso, ngi'vikela mbuso
    Mina ngilivikela mbuso (Izosmosha lenkabi we gotta go)
    Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
    Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo (Shabalala)
    Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
    Ma ngingalala izinsizwa ziyophaphalala (Phaphalala)
    Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Ngangena ngasungul' uShun
    Bath' abadala ozongena akabuyi
    Bathi lenqola ay'dum
    Kant' abaphush' abaphans' abavum
    Hhay suka abadede
    Mina ngiyinkabi eyazalwa yembethe
    Hhayi nxe, suka abang'xege
    Ngawugubha lomgodi nje ngeke bangimele
    Eshe, lena bath' ayizondi
    Kwafa kwasan' inkabi ay'xoli
    Yaz nina aniboni, besithi syadlala Inkabi, I told you
    Mina ngayiqala ngayimela
    Ungangitsheli nge beef ngingayihlaba ngingayiqeda
    Ination ningayibuza inganitshela
    Ngigqok' ubrentwood isketi singang'xega
    Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
    Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo (Shabalala)
    Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
    Ma ngingalala izinsizwa ziyophaphalala (Phaphalala)
    Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi (Shun'wenkabi)
    Mina ngangena ngaphatha
    Bas'nikez' is'hlalo ke abanye basaba
    Mina les'hlalo ngyasthanda
    Anitshele obehleli seng'khona angahamba
    Hebe les'godi ngiyasthatha
    Uma kukhona onenkinga abofika ngizomlanda
    Eshe iynsizwa niyophatha isizwe eseNkabi bafana ningapaka
    Umfana ngingamshaya ngingamkhothisi
    Nge'nduku zam' ngijike ngingamhlikihli
    Ubheke ubheke angakukhohlisi
    Kungabhib' is'londa nje ngijike ngingak'pholisi
    Loshun owevikelambuso mina ngingedwa ngingagingqa amabutho
    Uthini 'khona onombuzo nkabi nation, shwele umshubo
    Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
    Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo (Shabalala)
    Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
    Ma ngingalala izinsizwa ziyophaphalala (Phaphalala)
    Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Nkabi yinsika yesizwe, yeyi
    Ma ngingalala amathuba ayoshabalala, wo (Shabalala)
    Mina ngiyiskhali sey'nsizwa, wo
    Ma ngingalala izinsizwa ziyophaphalala (Phaphalala)
    Mina ngi'vikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Mina ngilivikelambuso, ngi'vikelambuso
    Nkabi livikelambuso, yeyi
    Uma ngingalala amaqhawe ayoshabalala yeyi (Shabalala)

    Смотрите также:

    Все тексты Big Zulu >>>

    Опрос: Верный ли текст песни?
    Да Нет